UEksodusi 20:8-11

UEksodusi 20:8-11 CZB24

Khumbula usuku lwesabatha, ulungcwelise. Izinsuku eziyisithupha uyakusebenza, uwenze wonke umsebenzi wakho; Kodwa usuku lwesikhombisa luyisabatha leNkosi uNkulunkulu wakho; awuyikusebenza msebenzi ngalo, wena nendodana yakho noma indodakazi yakho, nenceku yakho, nencekukazi yakho, nezinkomo zakho, nomfokazi wakho okuwe. Amasango: Ngokuba ngezinsuku eziyisithupha uJehova wenza izulu nomhlaba, nolwandle, nakho konke okukukho, waphumula ngosuku lwesikhombisa; ngalokho uJehova walubusisa usuku lwesabatha, walungcwelisa.

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo