UNkulunkulu wakhuluma onke lawa mazwi, wathi: NginguJehova uNkulunkulu wakho owakukhipha ezweni laseGibhithe, endlini yobugqila. Ungabi nabanye onkulunkulu ngaphandle kwami. Ungazenzeli izithombe ezibaziweyo, noma umfanekiso wokusezulwini phezulu, nokusemhlabeni phansi, nowokusemanzini phansi komhlaba. Ungazikhothameli, ungazikhonzi, ngokuba mina Jehova uNkulunkulu wakho nginguNkulunkulu onomhawu, ohambela ububi bawoyise kubantwana, kwesesithathu nesesine isizukulwane sabangizondayo.
Funda UEksodusi 20
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UEksodusi 20:1-5
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo