UNkulunkulu wakhuluma onke lawa mazwi, wathi: “NginguJehova uNkulunkulu wakho owakukhipha ezweni laseGibithe, indlu yobugqila. “Ungabi nabanye onkulunkulu ngaphandle kwami. “Ungazenzeli izithombe ezibaziweyo, namfanekiso wokusezulwini ngaphezulu, nowokusemhlabeni phansi, nowokusemanzini phansi komhlaba; ungazikhothameli, ungazikhonzi, ngokuba mina Jehova uNkulunkulu wakho nginguNkulunkulu onomhawu, ngihambela ububi bawoyise kubantwana kuso isizukulwane sesithathu nesesine sabangizondayo
Funda U-Eksodusi 20
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: U-Eksodusi 20:1-5
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo