Indodakazi kaFaro yehla ukuyogeza emfuleni; bheka, intombazane yayihamba eceleni komfula; lapho ebona umkhumbi phakathi kwezinhlaka, wathumela incekukazi yakhe ukuba iwulande. Eseyivula, wabona umntwana, bheka, umntwana wayekhala. Wamhawukela kakhulu, wathi: “Lo ungomunye wabantwana bamaHeberu.”
Funda UEksodusi 2
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UEksodusi 2:5-6
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo