Madoda, thandani omkenu, njengalokho noKristu walithanda ibandla, wazinikela ngenxa yalo; ukuze alingcwelise, alihlambulule ngesigezo samanzi ngezwi; ukuze azimise phambi kwakhe ibandla elinenkazimulo, elingenasisihla, noma umbimbi, nanto enjalo; kodwa ukuthi libe ngcwele njalo lingelasici. Kanjalo amadoda afanele ukuthanda omkawo njengemizimba yawo. Othanda umkakhe uzithanda yena.
Funda Kwabase-Efesu 5
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Kwabase-Efesu 5:25-28
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo