Kwabase-Efesu 5:14-17

Kwabase-Efesu 5:14-17 CZB24

Ngakho uthi: Vuka wena oleleyo, uvuke kwabafileyo, uKristu uzakukukhanyisa. Ngakho bhekisisani ukuthi nihamba kanjani, kungabi njengeziwula kodwa njengabahlakaniphileyo; nithengisise isikhathi, ngokuba izinsuku zimbi. Ngakho ningabi ngabangahlakaniphileyo, kodwa niqonde okuyintando yeNkosi.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Kwabase-Efesu 5:14-17