Kwabase-Efesu 3:14-19

Kwabase-Efesu 3:14-19 CZB24

Ngalokho ngiyaguqa kuYise weNkosi yethu uJesu Kristu; okuqanjwe ngaye umndeni wonke wasezulwini nasemhlabeni. Ukuze aninike ngokwengcebo yenkazimulo yakhe ukuba niqiniswe ngamandla ngoMoya wakhe kumuntu ongaphakathi; ukuze uKristu ahlale ezinhliziyweni zenu ngokukholwa; ukuze nina, nigxilile, nisekelwe othandweni; Kambe likwazi kanye labo bonke abangcwele ukuthi buyini ububanzi, lobude, lokujula, lokuphakama; Nokwazi uthando lukaKristu oludlula ukwazi, ukuze nigcwaliswe ngakho konke ukugcwala kukaNkulunkulu.

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo