Ngiyayizonda, ngiyayidelela imikhosi yenu, angiyikuhogela imikhosi yenu. Noma ningilethela iminikelo yenu yokushiswa neminikelo yenu eyenziwa ngomlilo, angiyikuthokoza ngayo; futhi angiyikunaka imihlatshelo yezinkomo zenu ezikhuluphele. Susa kimi umsindo wezingoma zakho; ngoba kangithandi ukuzwa ukuhlabelela kwezingubhu zenu. Kodwa ukwahlulela makugeleze njengamanzi, nokulunga njengomfula omkhulu.
Funda U-Amose 5
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: U-Amose 5:21-24
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo