IzEnzo 26:15-16

IzEnzo 26:15-16 CZB24

Ngasengisithi: Ungubani, Nkosi? Wasesithi: Mina nginguJesu omzingelayo. Kepha sukuma, ume ngezinyawo zakho, ngokuba ngibonakale kuwe ngalokho ukuba ngikwenze ube yisikhonzi nofakazi walezi zinto ozibonileyo nowalezo zinto engizakuzibonakalisa kuwe ngazo

Funda IzEnzo 26