IzEnzo 26:15-16
IzEnzo 26:15-16 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngasengisithi: Ungubani, Nkosi? Wasesithi: Mina nginguJesu omzingelayo. Kepha sukuma, ume ngezinyawo zakho, ngokuba ngibonakale kuwe ngalokho ukuba ngikwenze ube yisikhonzi nofakazi walezi zinto ozibonileyo nowalezo zinto engizakuzibonakalisa kuwe ngazo
IzEnzo 26:15-16 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Kepha ngathi: ‘Ungubani, Nkosi, na?’ INkosi yathi: ‘Mina nginguJesu omhluphayo. Sukuma ume ngezinyawo zakho, ngokuba ngibonakele kuwe ukuze ngikubeke ube yisikhonzi nofakazi walokhu, wokuthi ungibonile nowalokho engizakuzibonakalisa kuwe ngakho.
IzEnzo 26:15-16 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Kepha mina ngathi: ‘Ungubani, Nkosi, na?’ INkosi yathi: ‘Mina nginguJesu omzingelayo. Kepha sukuma, ume ngezinyawo zakho; ngokuba ngibonakele kuwe ngalokho ukuba ngikumise ube yisikhonzi nofakazi walokhu kungibona kwakho nowalokhu engizakuzibonakalisa kuwe ngakho
IzEnzo 26:15-16 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)