IzEnzo 16:14-15

IzEnzo 16:14-15 CZB24

Owesifazane othile ogama lakhe linguLidiya, engumthengisi wezibubende, womuzi waseThiyathira, okhonza uNkulunkulu, wasizwa, onhliziyo yakhe iNkosi yayivula ukuba alalele okwakhulunywa nguPawulu. Kuthe esebhapathiziwe kanye nendlu yakhe, wasincenga, wathi: “Uma nithi ngikholekile eNkosini, ngenani endlini yami, nihlale khona. Futhi wasicindezela.

Funda IzEnzo 16

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IzEnzo 16:14-15