IzEnzo 16:14-15

IzEnzo 16:14-15 ZUL59

Owesifazane othile ogama lakhe linguLidiya, engumthengisi wezibubende, wasemzini waseThiyathira, okhonza uNkulunkulu, walalela, iNkosi yayivula inhliziyo yakhe ukuba aqaphele okwakhulunywa nguPawulu. Kuthe esebhapathiziwe kanye nendlu yakhe, wasincenga wathi: “Uma nithi ngikholekile eNkosini, ngenani endlini yami, nihlale khona;” wasicindezela.

Funda IzEnzo 16

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IzEnzo 16:14-15