IzEnzo 1:8-10

IzEnzo 1:8-10 CZB24

Kepha nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya, kuze kube sekugcineni komhlaba. Esetshilo lezizinto, bekhangele wakhutshulwa; ifu lamsusa emehlweni abo. Kwathi besagqolozele ezulwini enyuka, bheka, amadoda amabili emi ngakubo embethe izingubo ezimhlophe

Funda IzEnzo 1