IZenzo 1:8-10

IZenzo 1:8-10 ZUL20

Kepha nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ngofakazi bami eJerusalema, eJudiya lonke naseSamariya, kuze kube sekugcineni komhlaba.” Kwathi esekushilo lokho, wakhushulwa bebuka, ifu lamsusa emehlweni abo. Bathi besagqolozele ezulwini ehamba, kwabonakala amadoda amabili emi ngakubo, egqoke izingubo ezimhlophe

Funda IZenzo 1