1 Samuweli 9:15-17

1 Samuweli 9:15-17 CZB24

UJehova wamtshela uSamuweli endlebeni yakhe ngosuku olwandulela ukufika kukaSawule, wathi: Kusasa ngalesi sikhathi ngiyakuthuma kuwe umuntu wasezweni lakwaBenjamini, umgcobe abe ngumbusi phezu kwabantu bami u-Israyeli, ukuze asindise abantu bami esandleni samaFilisti; ngoba ngikubonile. Lapho uSamuweli ebona uSawule, uJehova wathi kuye: “Nangu umuntu engangikhulume ngaye kuwe! Uyobusa phezu kwabantu bami.

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo