1 Samuweli 26:15-16

1 Samuweli 26:15-16 CZB24

UDavida wasesithi kuAbhineri: Kawusiyo yini indoda eliqhawe? ngubani onjengawe kwa-Israyeli na? Pho, awuyigcinanga ngani inkosi yakho inkosi na? ngoba kufike omunye wabantu ukuzochitha inkosi, inkosi yakho. Le nto oyenzile ayiyinhle. Kuphila kukaJehova, nifanele ukufa, ngokuba aniyigcinanga inkosi yenu, ogcotshiweyo kaJehova. Bheka manje ukuthi ukuphi umkhonto wenkosi nesiphambano samanzi esasinomgodla wayo.