1 Samuweli 21:12-13

1 Samuweli 21:12-13 CZB24

UDavide wabeka lawo mazwi enhliziyweni yakhe, wamesaba kakhulu u-Akhishi inkosi yaseGati. Washintsha ukuziphatha kwakhe phambi kwabo, wazihlanyisa ezandleni zabo, wanwaya ezicabheni zesango, wavumela amathe awela esilevini sakhe.