1 USamuweli 21:12-13

1 USamuweli 21:12-13 ZUL20

UDavide wawagcina lawo mazwi enhliziyweni yakhe, futhi wayesemesaba kakhulu u-Akhishi, inkosi yaseGathi. Ngakho-ke wayiguqula indlela aziphethe ngayo phambi kwabo, wenza sengathi ingqondo yakhe iphambene ngesikhathi ephambi kwabo. Wadweba ezivalweni zamasango, wagxiza amathe, ehla ngesilevu.