1 kwabaseKorinte 15:9-11

1 kwabaseKorinte 15:9-11 CZB24

Ngokuba mina ngingomncinyane kubaphostoli, engingafanele ukubizwa ngomphostoli, ngokuba ngazingela ibandla likaNkulunkulu. Kepha ngomusa kaNkulunkulu ngiyikho engiyikho, nomusa wakhe kimi awubanga yize; kodwa ngisebenze kakhulu kakhulu kunabo bonke; Ngakho-ke noma kuyimi noma yibo, sishumayela kanjalo, nakholwa ngokunjalo.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 kwabaseKorinte 15:9-11