Uma uKristu engavuswanga kwabafileyo, ukushumayela kwethu kuyize, nokukholwa kwenu kuyize. Yebo, sifunyanwa singofakazi bamanga bakaNkulunkulu; ngoba safakaza ngoNkulunkulu ukuthi wamvusa uKristu, angamvusanga, uba kambe abafileyo bengavuki. Ngokuba uma abafileyo bengavuki, noKristu akavuswanga; Uma uKristu engavuswanga, ukukholwa kwenu kuyize; nisesezonweni zenu. Khona-ke nalabo asebalala bekuKristu babhubhile. Uma sithembela kuKristu kulokhu kuphila kuphela, singabokudabuka kunabantu bonke.
Funda 1 kwabaseKorinte 15
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 1 kwabaseKorinte 15:14-19
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo