Ngakho-ke odla lesi sinkwa, anathe lesisitsha seNkosi ngokungafanele, unecala lomzimba negazi leNkosi. Kodwa umuntu akazihlolisise, khona-ke akadle leso sinkwa, aphuze lesisitsha. Ngokuba odlayo anathe ngokungafanele, uzidlela aziphuzele ukulahlwa, engawahlukanisi umzimba weNkosi. Ngenxa yalokhu baningi phakathi kwenu ababuthakathaka nabagulayo, nabaningi balele. Ngokuba uma besizahlulela thina, besingayikwahlulelwa. Kodwa nxa sahlulelwa, siyalaywa yiNkosi, ukuze singalahlwa kanye lelizwe.
Funda 1 kwabaseKorinte 11
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 1 kwabaseKorinte 11:27-32
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo