1 kwabaseKorinte 10:12-13

1 kwabaseKorinte 10:12-13 CZB24

Ngakho-ke othi umile makaqaphele ukuba angawi. Anifikelwa ukulingwa okuvamile kubantu, kepha uNkulunkulu uthembekile, ongayikuvuma ukuba nilingwe ngokungaphezu kwamandla enu; kepha kanye nokulingwa uyakunenza nendlela yokuphunyuka, nize nibe-namandla okukuthwala.