1 kwabaseKorinte 10:12-13
1 kwabaseKorinte 10:12-13 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngakho-ke othi umile makaqaphele ukuba angawi. Anifikelwa ukulingwa okuvamile kubantu, kepha uNkulunkulu uthembekile, ongayikuvuma ukuba nilingwe ngokungaphezu kwamandla enu; kepha kanye nokulingwa uyakunenza nendlela yokuphunyuka, nize nibe-namandla okukuthwala.
1 kwabaseKorinte 10:12-13 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngakho-ke lowo othi umile, makaqaphele ukuba angawi. Anifikelwanga ngukulingwa okungenjengokwamuntu, kodwa uNkulunkulu uthembekile, akayukuvuma ukuba nilingwe ngokungaphezu kwamandla enu. Kepha kuyakuthi lapho nilingwa, anenze nibe namandla okuphunyuka, nibe namandla okubekezela.
1 kwabaseKorinte 10:12-13 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngakho-ke osuka ethi umi, akaqaphele ukuba angawi. Anifikelwanga ukulingwa okungenjengokwabantu; kepha uNkulunkulu uthembekile, ongayikuvuma ukuba nilingwe ngokungaphezu kwamandla enu, kepha oyakuthi kanye nokulingwa anenzele indlela yokuphepha, nize nibe namandla okukuthwala.
1 kwabaseKorinte 10:12-13 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)