Kwabase Roma 4:2-5

Kwabase Roma 4:2-5 ZULUNT

Ngokuba uma u-Abrahama walungisiswa ngemisebenzi, unakho ukuzibonga; kodwa hhayi phambi kukaNkulunkulu. Ngoba uthini umbhalo? U-Abrahama wakholwa nguNkulunkulu, kwabalelwa kuye ukuthi kungukulunga. Kepha kosebenzayo umvuzo awubalwa ngokomusa, kodwa ngokwesikweletu. Kepha kongasebenziyo, kodwa ekholwa kuye olungisisa ongamesabi uNkulunkulu, ukukholwa kwakhe kubalwa ukuthi kungukulunga.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Kwabase Roma 4:2-5