Kwabase-Filipi 3:12-14

Kwabase-Filipi 3:12-14 ZULUNT

Kungabi njengokuba sengikutholile, noma sengiphelele, kodwa ngiphuthuma ukuba ngikubambe lokho nami engibanjelwe kona nguKristu Jesu. Bazalwane, angisho ukuthi mina uqobo sengikubambile, kodwa kunye engikwenzayo, ngikhohlwa okungasemuva, ngizelulela kokungaphambili; ngijonge emgomeni, emklomelweni wokubizwa okuphezulu kukaNkulunkulu kuKristu Jesu.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Kwabase-Filipi 3:12-14