Johane 15:18-19

Johane 15:18-19 ZULUNT

Uma izwe linizonda, niyazi ukuthi langizonda mina ngaphambi kwenu. Uma beningabezwe, izwe belizothanda okwalo, kepha ngokuba ningesibo abezwe, kodwa nganikhetha mina ezweni, ngalokho izwe liyanizonda.

Funda Johane 15

Video for Johane 15:18-19