NgokukaJohane 15:18-19
NgokukaJohane 15:18-19 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Uma izwe linizonda, niyazi ukuthi langizonda mina ngaphambi kwenu. Uma beningabezwe, izwe belizothanda okwalo, kepha ngokuba ningesibo abezwe, kodwa nganikhetha mina ezweni, ngalokho izwe liyanizonda.
Dlulisela
Funda NgokukaJohane 15NgokukaJohane 15:18-19 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Uma izwe linizonda, yazini ukuthi langizonda ngaphambi kwenu. Ukuba beningabezwe, izwe belizakunithanda ngokuba ningabalo, kodwa lokhu ningesibo abalo, kodwa nganikhetha Mina ezweni, kungakho izwe linizonda.
Dlulisela
Funda NgokukaJohane 15