NgokukaJohane 15:18-19
NgokukaJohane 15:18-19 ZUL20
“Uma izwe linizonda, yazini ukuthi langizonda ngaphambi kwenu. Ukuba beningabezwe, izwe belizakunithanda ngokuba ningabalo, kodwa lokhu ningesibo abalo, kodwa nganikhetha Mina ezweni, kungakho izwe linizonda.