Johane 13:33-35

Johane 13:33-35 ZULUNT

Bantwanyana, kuseyisikhashana nginani. Niyakungifuna, nanjengalokho ngasho kumaJuda ukuthi: Lapho ngiya khona, ningeze nina; ngakho manje ngithi kini. Ngininika umyalo omusha wokuba nithandane; njengalokhu nginithandile, nani nithandane. Ngalokho bonke bayakukwazi ukuthi ningabafundi bami, uma nithandana.

Funda Johane 13

Ividiyo ye- Johane 13:33-35

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Johane 13:33-35