Kwabase-Efesu 4:21-26

Kwabase-Efesu 4:21-26 ZULUNT

uma-ke nimuzwile, nafundiswa nguye, njengokuba iqiniso likuJesu; ukuba nikhumule maqondana nenkambo yakuqala umuntu omdala, owonakala ngezinkanuko zenkohliso; nenziwe basha emoyeni wengqondo yenu; nembathe umuntu omusha, owadalwa ngokukaNkulunkulu ekulungeni nasebungcweleni beqiniso. Ngakho lahlani amanga, nikhulume iqiniso, kube yilowo nalowo kumakhelwane wakhe, ngokuba singamalungu omunye komunye. Thukuthelani, ningoni; ilanga malingashoni nisathukuthele.

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo