2 kwabaseThesalonika 3:1-3
2 kwabaseThesalonika 3:1-3 ZULUNT
Elokugcina, bazalwane, sikhulekeleni, ukuze izwi leNkosi lihambe ngokukhululekile, futhi likhazinyuliswe, njengoba kunjalo nakini. nokuba sikhululwe kubantu abangenangqondo nababi, ngokuba ukukholwa akusibo bonke. Kodwa iNkosi ithembekile, ezaliqinisa, ililondoloze kokubi.