2 kwabaseThesalonika 3:1-3
2 kwabaseThesalonika 3:1-3 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Elokugcina, bazalwane, sikhulekeleni, ukuze izwi leNkosi lihambe ngokukhululekile, futhi likhazinyuliswe, njengoba kunjalo nakini. Nokuba sikhululwe kubantu abangenangqondo nababi, ngokuba ukukholwa akusibo bonke. Kodwa iNkosi ithembekile, ezaliqinisa, ililondoloze kokubi.
2 kwabaseThesalonika 3:1-3 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Elokugcina, bazalwane, sikhulekeleni, ukuze izwi leNkosi lihambe ngokukhululekile, futhi likhazinyuliswe, njengoba kunjalo nakini. nokuba sikhululwe kubantu abangenangqondo nababi, ngokuba ukukholwa akusibo bonke. Kodwa iNkosi ithembekile, ezaliqinisa, ililondoloze kokubi.
2 kwabaseThesalonika 3:1-3 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Elokugcina, bazalwane, sikhulekeleni ukuba izwi leNkosi lisabalale ngokushesha, lidunyiswe, njengalokhu kunjalo nakini. Sikhulekeleni nokuba sikhululwe kubantu abonakeleyo nababi, ngokuba akusibo bonke abakholwayo. Kepha iNkosi ithembekile, iyakuniqinisa, inilondoloze komubi.
2 kwabaseThesalonika 3:1-3 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Elokugcina, bazalwane, sikhulekeleni ukuba izwi leNkosi likhawuleze, lidunyiswe, njengalokhu kunjalo nakini, nokuba sikhululwe kubantu abadukileyo nababi; ngokuba ukukholwa akusikho okwabo bonke. Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa, inilondoloze komubi.