AMahubo 81:10-12

AMahubo 81:10-12 ZUL20

Mina nginguSimakade uNkulunkulu wakho owakukhuphula eGibithe; khamisa umlomo wakho, ngiwugcwalise. “Kepha abantu bami abalilalelanga izwi lami, u-Israyeli wangishaya indiva. Ngase ngibayekelela enkanini yenhliziyo yabo, bahamba ngokuthanda kwabo.