AMahubo 56:8-11

AMahubo 56:8-11 ZUL20

Wena ukunakile ukuzulazula kwami, izinyembezi zami zethe egabheni lakho. Kanti azikho yini encwadini yakho na? Izitha zami bese zibuyela emuva mhla ngikhalayo, ngiyakwazi lokhu, ukuthi uNkulunkulu unami. KuNkulunkulu, engiyakulidumisa izwi lakhe, kuSimakade, engiyakulidumisa izwi lakhe. Ithemba lami likuNkulunkulu, angiyukwesaba. Umuntu angangenzani na?

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne AMahubo 56:8-11