ngokuba zingezami zonke izilwane zehlathi, nezinkomo eziyizinkulungwane ezisezintabeni. Ngizazi zonke izinyoni ezisezintabeni, nezilwane zasendle zaziwa yimi. Ukuba bengilambile, bengingeke ngitshele wena, ngokuba ungowami umhlaba wonke, nakho konke okukuwo. Mina ngizokudla inyama yezinkunzi, ngiphuze igazi lezimpongo na? Nikela kuNkulunkulu umnikelo wokubonga, uzifeze izithembiso zakho kuye Ophezukonke, ngibize ngosuku lwenhlupheko, ngiyakukukhulula, wena uyakungidumisa.”
Funda AMahubo 50
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AMahubo 50:10-15
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo