Simakade, ungangijezisi ngolaka lwakho, ungangishayi ngentukuthelo yakho. Ngokuba imicibisholo ingigwaze yagxila; isandla sakho singicindezele kanzima. Akukho ukuphila emzimbeni wami, ngenxa yentukuthelo yakho; amathambo ami awanampilo, ngenxa yesono sami. Ngokuba iziphambeko zami zedlula ikhanda lami, zingisinda njengomthwalo onzima.
Funda AMahubo 38
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AMahubo 38:1-4
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo