AMahubo 22:1-3

AMahubo 22:1-3 ZUL20

Nkulunkulu wami, Nkulunkulu wami, ungishiyeleni na? Ukude namazwi okububula kwami nokusindiswa kwami. Nkulunkulu wami, ngikhala emini, kepha awuphenduli, nasebusuku, ngingabi nakuthula. Kepha Wena ungoNgcwele, uhlezi ezibongweni zika-Israyeli.