UMose walwethula udaba lwawo kuSimakade. USimakade wakhuluma kuMose, wathi: “Amadodakazi kaZelofehadi akhulume kahle. Uyakuwabela nokuwabela izwe eliyifa lawo kubafowabo bakayise, uledlulisele kuwo. “Abantu bakwa-Israyeli uyobatshela, uthi: ‘Uma umuntu efa engenandodana, ifa lakhe liyodluliselwa endodakazini yakhe. Uma engenandodakazi, niyakulabela abafowabo. Uma engenabafowabo, niyakulabela abafowabo bakayise.
Funda INumeri 27
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: INumeri 27:5-10
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo