NgokukaMakhu 6:30-32

NgokukaMakhu 6:30-32 ZUL20

Abaphostoli babuthana kuJesu, bambikela konke ababekwenzileyo nabakufundisileyo. Wayesethi kubo: “Wozani ngasese, nina nodwa, siye endaweni eyihlane, nihlabe ikhefu.” Ngokuba babebaningi abezayo nabahambayo, abaze balithola nethuba lokuba badle. Base behamba ngomkhumbi, baya ngasese, endaweni eyihlane.

Ividiyo ye- NgokukaMakhu 6:30-32