NgokukaMarku 6:30-32

NgokukaMarku 6:30-32 ZUL59

Abaphostoli babuthana kuJesu, bambikela ababekwenzile nababekufundisile. Wayesethi kubo: “Zanini nina nodwa endaweni eyihlane, niphumule ingcosana.” Ngokuba babe baningi abezayo nabahambayo, abaze bathola nasikhathi sokudla. Base bemuka ngomkhumbi, baya endaweni eyihlane bebodwa.

Ividiyo ye- NgokukaMarku 6:30-32