“Kwase kuza eyayithole ithalenta elilodwa, yathi: ‘Nkosi, bengazi ukuthi ungumuntu onenhliziyo elukhuni; uvuna lapho ungahlwanyelanga khona, uqoqe lapho ungasakazanga khona. Ngesaba, ngase ngihamba ngalithukusa emhlabathini ithalenta lakho; bheka, nakhu okungokwakho.’ “Kepha inkosi yayo yaphendula, yathi kuyo: ‘Nceku embi nevilaphayo, kanti bewazi ukuthi ngivuna lapho ngingahlwanyelanga khona, ngiqoqe lapho ngingafazanga khona na?
Funda NgokukaMathewu 25
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaMathewu 25:24-26
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo