NgokukaMathewu 20:26-28

NgokukaMathewu 20:26-28 ZUL20

Nokho akuyukuba njalo phakathi kwenu, kodwa yilowo nalowo ofuna ukuba mkhulu phakathi kwenu, makabe yisikhonzi senu. Nalowo ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu, makabe yinceku yenu, njengalokhu iNdodana yomuntu ingezelanga ukukhonzwa, kodwa ukukhonza nokunikela ngokuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.”

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMathewu 20:26-28