Kwathi uJesu esekhuphukele eJerusalema, wathatha abafundi abayishumi nambili, waqhelela nabo eceleni. Sebesendleleni, wathi kubo: “Bhekani, sikhuphukela eJerusalema, iNdodana yomuntu izakukhashelwa kubaphristi abakhulu nezazimthetho; banqume ukuba ife. Bazakuyinikela kwabezizwe ukuba iklolodelwe, ishaywe, ibethelwe esiphambanweni, kodwa ngosuku lwesithathu izakuvuswa.”
Funda NgokukaMathewu 20
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaMathewu 20:17-19
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo