NgokukaLuka 21:9-10

NgokukaLuka 21:9-10 ZUL20

Uma nizwa ngezimpi nangeziyaluyalu, ningesabi, ngokuba kufanele ukuba zenzeke lezi zinto kuqala, kodwa kuyobe kungakabi umhla wokuphela.” Wayesethi kubo: “Isizwe siyakuvukela isizwe, nombuso uvukele umbuso.