NgokukaLuka 10:41-42

NgokukaLuka 10:41-42 ZUL20

Kepha iNkosi yamphendula, yathi: “Martha, Martha, ukhathazekile futhi uphazanyiswa yizinto eziningi. Kepha kunye okudingekileyo; uMariya ukhethe okuyikhona kungcono, angayukwephucwa khona.”