Ubuhlakani Obujulile: Uhambo lwezinsuku eziwu-7 Zobaba
![Ubuhlakani Obujulile: Uhambo lwezinsuku eziwu-7 Zobaba](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F13751%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
7 izinsuku
Kuyamangaza ukuthi obaba bethu banomthelela kangakanani kithi. Akekho ongabalekela amandla nesigqi sikababa emhlabeni. Futhi njengoba abantu besilisa bezizwa bengalungele ukuba obaba, kumele bafune umhlahlandlela - eZwini nakwabanye obaba. Ubuhlakani Obujulile buwuhambo oluya enhlakaniphweni nolwazi kobaba, buhlanganisa imigomo nobuhlakani obuseZwini kanye nesipiliyoni sobaba omdala, ohlakaniphile nofundile emaphutheni akhe.
Sithanda ukubonga i Radical Mentoring ngokusihlinzeka ngaloluhlelo. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: http://radicalwisdombook.com
Mayelana Nomshicileli