Ubuhlakani Obujulile: Uhambo lwezinsuku eziwu-7 ZobabaIsampula

Radical Wisdom: A 7-Day Journey For Fathers

USUKU 1 KWEZINGU- 7

Uthola okudumisayo

Wake wabuka intombazanyana 'imonyongwa' unina, yaziswa ezweni le-makeup, iruji, ipensela lamehlo isesenyibgane? Bese etshelwa itshelwa ukuthi yinhle kangakanani, hhayi ngoba kunjalo, kodwa ngoba unina ezama nakangaka.

Wake waya emdlalweni wabafanyana wabona ubaba ememeza ngokujabula uma umfana wakhe elishaya phakathi ibhola? Kushaywana ngezimpama zezandla yonke indawo uma lingena igoli.

Ngiphile isikhathi eside ngokwanele ukuthi ngibone abanye balabobafanyana namantombazanyana eba izinsizwa nezintombi, funthi ngibonile ukuthi uthola lokho okudumisayo!

Uma sithitha amahora nemali sigqokisa abantwana bethu kahle, sizothola 'izinto ezigqqoka kahle kuphe la uma sebekhulile. Uma kuwukuphumelela emidlalweni kuphela abafanyana bethu abakudumisayo, sizothola izinto zomdlalo uma sebekhulile.

Izingubo, izimonyongo nemidlalo ayiyimbi.

Kodwa qaphela ukuthi udumisa ini ebantwaneni bakho.

Ngokwazi kwami, igama lokudumisa liyafana lelokuphakamisa, Okuphakamisayo ebantwaneni bakho yilikho abayokujaha uma bekhula.

Cabanga ngokudumisa ubumnene bomntwana wakho kwabanye. Babambe benzela odadewabo nabafowabo utho oluthile. Badumisele kona. Badumisele ukuthandaza, ukufunda iBhayibheli, ukubuza ngoJesu, ukunikela esontweni, nakwabampofu.

Khumbula, uhlala uhola. Umbuzo ukuthi uholela kuphi.

Umbuzo: Uzohola ngoku dumisa okwethembayo get abantwana bakho besakhula bebabadala?

Usuku 2

Mayelana naloluHlelo

Radical Wisdom: A 7-Day Journey For Fathers

Kuyamangaza ukuthi obaba bethu banomthelela kangakanani kithi. Akekho ongabalekela amandla nesigqi sikababa emhlabeni. Futhi njengoba abantu besilisa bezizwa bengalungele ukuba obaba, kumele bafune umhlahlandlela - eZwini nakwabanye obaba. Ubuhlakani Obujulile buwuhambo oluya enhlakaniphweni nolwazi kobaba, buhlanganisa imigomo nobuhlakani obuseZwini kanye nesipiliyoni sobaba omdala, ohlakaniphile nofundile emaphutheni akhe.

More

Sithanda ukubonga i Radical Mentoring ngokusihlinzeka ngaloluhlelo. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: http://radicalwisdombook.com