ILevithikhusi 19:33-34

ILevithikhusi 19:33-34 ZUL20

“ ‘Uma umfokazi egogobele ezweni lakini, aniyukumcindezela. “ ‘Umfokazi ogogobele phakathi kwenu, uyokuba njengowolibo phakathi kwenu, niyomthanda njengalokhu nizithanda nina, ngokuba nani naningabafokazi eGibhithe; nginguSimakade uNkulunkulu wenu.