ULevitikusi 19:33-34

ULevitikusi 19:33-34 ZUL59

“ ‘Uma umfokazi egogobele kuwe ezweni lakini, aniyikumhlupha. Umfokazi ogogobeleyo kini uyakuba kini njengowokuzalwa ekhaya phakathi kwenu, umthande njengalokhu uzithanda wena, ngokuba naningabafokazi ezweni laseGibithe; nginguJehova uNkulunkulu wenu.