NgokukaJohane 13:33-35

NgokukaJohane 13:33-35 ZUL20

“Bantwanyana, kuseyisikhashana nginani. Niyakungifuna, njengokuba ngasho kubaJuda ukuthi lapho ngiya khona,nina anikwazi ukuza khona. Ngisho lokho nakini manje. “Ngininika umyalo omusha wokuba nithandane; njengalokhu nginithandile, nani-ke thandanani. Ngalokho bonke abantu bayakukwazi ukuthi ningabafundi bami uma nithandana.”

Ividiyo ye- NgokukaJohane 13:33-35

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaJohane 13:33-35